Ingabe iziguli zakho zisengozini enkulu yokugula kakhulu ngenxa ye-COVID-19?

Izingcwanigo Zezokwelapha ze-Pfizer Zokulwa Negciwane Le-COVID-19

I-Pfizer iqhuba izingcwaningo zezokwelapha ukuthola ukuthi umuthi wocwaningo olwa namagciwane othathwa ngomlomo, obizwa ngokuthi i-ibuzatrelvir, uphephile, uyaphumelela, futhi ungasebenza yini ukwehlisa ukuqhubeka kwesifo esibi kakhulu i-COVID-19 esibonisa izimpawu.

Izingcwanigo Zezokwelapha ze-Pfizer Zokulwa Negciwane Le-COVID-19

Ingabe iziguli zakho zisengozini ye-COVID-19?

I-ASPIRE-HR ucwaningo lwezokwelapha Lwesigaba 3 oluhlola i-ibuzatrelvir ethathwa ngomlomo. Lolu cwaningo luzohlola ukuphepha, ukuphumelela, nokubekezeleka kwe-ibuzatrelvir uma kuqhathaniswa nomuthi-mbumbulu kubabambiqhaza babantu abadala nentsha abangalaliswanga esibhedlela abane-COVID-19 abasengozini enkulu yokugula nakakhulu.

Ingabe iziguli zakho zisengozini enkulu yokugula kakhulu ngenxa ye-COVID-19?

Zingase zifanelekele enye Yezingcwaningo Zezokwelapha ze-COVID-19 Ze-Pfizer.

Ukuze uthole okwengeziwe nge-ibuzatrelvir, izingcwaningo zezokwelapha ze-COVID-19, nangendlela yokudlulisela iziguli, sicela ugcwalise ifomu lokuxhumana elingezansi futhi ilungu lethimba le-Pfizer Umnyango Wezokwelashwa lizoxhumana nawe.

Ifomu Lokuxhumana

Leli fomu lokuxhumana lihloselwe ukugcwalisa ngabasebenzi bokunakekela ezempilo kuphela. Sicela UNGAFAKI noma iyiphi idatha yeziguli efomini lokuxhumana.
Ukuxhumana okukhethwayo – khetha konke okufanele
Izindawo zesithakazelo
Disclaimer
Disclaimer
Disclaimer